MyLyricsFinder

Thula

Cici

00:29.35 “Thatha nanku swidi nana”

Lyrics Timed, click a line to jump

Thula, thula
Thula, ungalili nana
Thula, umam' uzobuya
Thula, oh thula
Thatha nanku swidi nana
Thula, umam' uzobuya, mmm
Heya, heya, weh
Mus' ukusenz' is'hlungu esinjena
Ushiy' ingane zizodwa
Ubuhamb' uthe uzobuya
Nakhu sek'shon' amalanga, welele, aye, aye, aye
Heya, heya, weh
Mus' ukusenz' is'hlungu esinjena
Ushiy' ingane zizodwa
Ubuhamb' uthe uzobuya
Nakhu sek'shon' amalanga, welele, aye, aye, aye
Buya, buya
Buya uyekhay', umam' akekho, uthe uzobuya
Haye, oh haye
Shiya sana lakhe phandle
Buka, amas' awasekho
Vuka, vuka
Vuka, sekusile phandle
Buka, uthe uzobuya, eyi
Heya, heya, weh
Mus' ukusenz' is'hlungu esinjena
Ushiy' ingane zizodwa
Ubuhamb' uthe uzobuya
Nakhu sek'shon' amalanga, welele, aye, aye, aye
Heya, heya, weh
Mus' ukusenz' is'hlungu esinjena
Ushiy' ingane zizodwa
Ubuhamb' uthe uzobuya
Nakhu sek'shon' amalanga, welele, aye, aye, aye
Heya, heya, weh
Mus' ukusenz' is'hlungu esinjena
Ushiy' ingane zizodwa
Ubuhamb' uthe uzobuya
Nakhu sek'shon' amalanga, welele, aye, aye, aye

Can't get it out of your head? Play “Thula” yourself.